Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 26:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kusukela lapho wafuna ithuba lokumkhaphela.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kusukela ngaleso sikhathi, wafuna ithuba lokumkhaphela.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kusukela ngaleso sikhathi wafuna ithuba elihle lokumkhaphela.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kusukela ngaleso sikhathi wafuna ithuba elihle lokumkhaphela.

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 26:16
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wathi: “Niyakunginikani, ngimkhaphele kini, na?” Base bemnika izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu.


Kepha ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungiselephi ukuba udle iphasika na?”


Sebezwile bathokoza, bathembisa ukumnika imali. Wayesefuna ithuba lokumkhaphela.


Wavuma-ke, waze wafuna ithuba lokumkhaphela kubo, singekho isixuku.


Esakhuluma ngokulunga, nangokuzithiba, nangokwahlulela okuzayo, uFeliksi washaywa luvalo, waphendula wathi: “Okwamanje hamba; kepha nxa ngithola isikhathi, ngizakukubiza,”


Maqondana nomzalwane u-Apholo, ngamncenga kakhulu ukuba eze kini kanye nabazalwane; kepha kwakungesiyo intando yakhe neze ukuba eze manje; kodwa uyakuza nxa enethuba.