Kepha uJesu ekwazi lokho wamuka lapho. Bamlandela abaningi, wabaphulukisa bonke.
Mathewu 19:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izixuku ezinkulu zamlandela, waziphulukisa khona. IsiZulu 2020 Izixuku ezinkulu zamlandela, waziphulukisa. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwamlandela izixuku eziningi; wabaphulukisa khona. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwamlandela izixuku eziningi; wabaphulukisa khona. |
Kepha uJesu ekwazi lokho wamuka lapho. Bamlandela abaningi, wabaphulukisa bonke.
Kwase kusondela kuye abaFarisi, bamlinga bathi: “Kuvunyelwe yini ukuba indoda ilahle umkayo noma ngaliphi icala na?”