Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




KwabaseFilipi 4:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngiyamyala u-Evodiya, ngiyamyala noSintike ukuba babe nokuqonda kunye eNkosini.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngiyabayala o-Ewodiya noSintike ukuba babe nokuqonda okufanayo eNkosini.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Ngiyamncenga u-Evodiya noSintike ukuba babe nhliziyonye eNkosini.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngiyamncenga u-Evodiya noSintike ukuba babe nhliziyonye eNkosini.

Uka jalj uñjjattʼäta



KwabaseFilipi 4:2
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesebamukisa abafowabo, bahamba; wathi kubo: “Ningaxabani endleleni.”


“Usawoti muhle, kepha uma usawoti engasenabusawoti, niyakumhlaziya ngani na? Yibani nosawoti phakathi kwenu, nihlalisane ngokuthula.”


Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngegama leNkosi yethu uJesu Kristu ukuba nikhulume zwilinye nonke, kungabikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe emqondweni munye nasekuboneni kunye.


kuphela ukuthi kwesesifinyelele kukho, sihambe ngawo lowo mkhondo.


nibazisise kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. Hlalisanani ngokuthula.


Zamelani ukuthula nabo bonke kanye nokungcweliswa, ongenakho angeyibone iNkosi;