Kwathi sebedabulile i-Amfipholi ne-Apholoniya, bafika eThesalonika, lapho kwakukhona isinagoge* labaJuda.
KwabaseFilipi 4:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba naseThesalonika nathumela kanye nakabili ngokuswela kwami. IsiZulu 2020 Nalapho ngiseThesalonikha nangithumelela usizo kanye nakabili ngenxa yokweswela kwami. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba naseThesalonika nathumela kanye nakabili ekusweleni kwami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba naseThesalonika nathumela kanye nakabili ekusweleni kwami. |
Kwathi sebedabulile i-Amfipholi ne-Apholoniya, bafika eThesalonika, lapho kwakukhona isinagoge* labaJuda.
Ngakho besithanda ukuza kinina, mina Pawulu ngokwami kanye nakabili, kepha uSathane wasivimbela.
Ngokuba niyakhumbula, bazalwane, ukukhandleka nokushikashikeka kwethu; sisebenza ubusuku nemini, ukuze singasindi noyedwa kinina, sanishumayeza ivangeli likaNkulunkulu.
Nabakithi mabafunde ukukhuthalela imisebenzi emihle njengokuswelekileyo, ukuze bangabi ngabangenazithelo.