Leyo ndaba yaziwa nguMoridekayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayisho enkosini egameni likaMoridekayi.
KwabaseFilipi 2:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo abheke nokwabanye. IsiZulu 2020 Yilowo nalowo anganaki okungokwakhe, kodwa anake nokwabanye. Baasraak Zulu New Testament Bible Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye. Contemporary Zulu Bible 2024 Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye. |
Leyo ndaba yaziwa nguMoridekayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayisho enkosini egameni likaMoridekayi.
UMose wayesethi kubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaRubeni: “Abafowenu bayakuphuma impi, nina nihlale lapha, na?
Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi, kungcono kuye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, azikiswe ekujuleni kolwandle.
Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina.
Ngubani obuthakathaka ngingebuthakathaka nami na? Ngubani okhubekiswayo kungavuthi kimi na?
Kepha uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo wokuthi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena,” nenza kahle;