Yathi iNkosi: “Ngenxa yokuba laba bantu besondela, bangidumise ngemilomo yabo nangezindebe zabo, kodwa bazidedisele kude nami izinhliziyo zabo, nokungesaba kwabo kungumyalo wabantu abawufundisiweyo nje,
KuThithu 1:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. IsiZulu 2020 benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. Baasraak Zulu New Testament Bible bangalaleli izinganekwane zamaJuda, nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. Contemporary Zulu Bible 2024 bangalaleli izinganekwane zamaJuda, nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso. |
Yathi iNkosi: “Ngenxa yokuba laba bantu besondela, bangidumise ngemilomo yabo nangezindebe zabo, kodwa bazidedisele kude nami izinhliziyo zabo, nokungesaba kwabo kungumyalo wabantu abawufundisiweyo nje,
kepha manje, njengalokhu senimazi uNkulunkulu, yebo, phezu kwalokho, niyaziwa nguNkulunkulu, kukanjani ukuba nibuyele ezifundisweni zobungane ezilulana nezingelutho, enithanda ukuphinda nibe yizigqila zazo na?
Bhekani, ningamali okhulumayo; ngokuba uma bengaphunyukanga labo ababemala lowo owabaxwayisa emhlabeni, kakhulu asiyikuphunyuka thina esimfulathelayo oxwayisa esezulwini,
Kubehlele njengokwesaga esiqinisileyo esithi: “Inja yabuyela ebuhlanzweni bayo,” nokuthi: “Ingulube igezwe qede yaphindela ukuzibhixa odakeni.”