kepha wavalelisa wathi: “Ngizakubuyela futhi kini, uma uNkulunkulu evuma,” wayesesuka e-Efesu ngomkhumbi;
KumaHeberu 6:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Siyakukwenza lokho, uma uNkulunkulu evuma. IsiZulu 2020 Lokho siyakukwenza uma uNkulunkulu evuma. Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi lokhu siyakukwenza, uma uNkulunkulu evuma. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi lokhu siyakukwenza, uma uNkulunkulu evuma. |
kepha wavalelisa wathi: “Ngizakubuyela futhi kini, uma uNkulunkulu evuma,” wayesesuka e-Efesu ngomkhumbi;
Ngokuba angizukunibona manje nxa ngidlula; ngokuba ngithemba ukuhlala kini isikhathi, uma iNkosi ivuma.
kodwa ngizakuza kini masinyane, uma iNkosi ivuma, ukuze ngazi, angisho amazwi alaba abakhukhumeleyo kepha amandla abo.
Ngokuba akunakwenzeka ukuba labo asebake bakhanyiswa banambitha isiphiwo sasezulwini, benziwa abahlanganyeli kuMoya oNgcwele,