Kepha u-Esteri wayengakhulumanga ngabantu bakubo nangezihlobo zakhe, ngokuba uMoridekayi wayeyiyalile ukuba ingakusho.
KumaHeberu 3:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba yileyo ndlu yakhiwa ngothile; kepha owakha konke nguNkulunkulu. IsiZulu 2020 Ngokuba indlu nendlu yakhiwa ngothile, kodwa owakhe konke nguNkulunkulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba yileyo naleyondlu yakhiwa ngumuntu; kodwa owakha izinto zonke nguNkulunkulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba yileyo naleyondlu yakhiwa ngumuntu; kodwa owakha izinto zonke nguNkulunkulu. |
Kepha u-Esteri wayengakhulumanga ngabantu bakubo nangezihlobo zakhe, ngokuba uMoridekayi wayeyiyalile ukuba ingakusho.
Uma kukuhle enkosini, makulotshwe ukuba sichithwe; ngiyakukhokhela amatalenta* ayizinkulungwane eziyishumi esiliva ezandleni zabenza umsebenzi wenkosi, ayiswe esikhwameni senkosi.”
ekugcineni kwale mihla ukhulume kithina ngeNdodana ayimise ibe yindlalifa yakho konke, owadala ngayo futhi izwe.
Ngokuba lowo kwathiwa ufanele inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu oyakhileyo indlu unodumo olukhulu kunendlu.
UMose kambe wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kuze kube ngubufakazi balokho obekuzakukhulunywa,