Johane 4:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE ingani uJesu uqobo kabhapathizanga, kodwa kwakubhapathiza abafundi bakhe, IsiZulu 2020 nakuba uJesu uqobo ayengabhabhadisi, kodwa kwakubhabhadisa abafundi bakhe, Baasraak Zulu New Testament Bible (Lanxa uJesu ngokwakhe engabhabhathizanga, kodwa abafundi bakhe,) Contemporary Zulu Bible 2024 (Lanxa uJesu ngokwakhe engabhabhathizanga, kodwa abafundi bakhe,) |
Ngasemva kwalokho uJesu weza nabafundi bakhe ezweni laseJudiya; wahlala khona nabo, wabhapathiza.
Base beza kuJohane, bathi kuye: “Rabi, lowo owayenawe phesheya kweJordani, owamfakazelayo, bheka, uyabhapathiza, bonke beza kuye.”
Wayeseyala ukuba babhapathizwe egameni leNkosi. Base bemncenga ukuba ahlale izinsuku ezithile.