newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.
Johane 2:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ukuba lisweleke iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Kabanalo iwayini.” IsiZulu 2020 Kwathi sekuphele iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Abanalo iwayini.” Baasraak Zulu New Testament Bible Seliphelelwe iwayini, unina kaJesu wathi kuye: Kabanalo iwayini. Contemporary Zulu Bible 2024 Seliphelelwe iwayini, unina kaJesu wathi kuye: Kabanalo iwayini. |
newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.
Idili lenzelwa ukuhleka, newayini liyenamisa ukuphila, kepha imali iyimpendulo yakho konke.
Kukhalwa ngewayini ezitaladini; yonke intokozo inyamalele; injabulo yezwe idlulile.
ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi kukho ukuthethelelwa kwezono.
Ngakho-ke odadewabo bathumela kuye, bathi: “Nkosi, bheka, lo omthandayo uyagula.”
Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.