Johane 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yena wayengesikho ukukhanya, kepha wayengozofakaza ngokukhanya. IsiZulu 2020 Yena wayengesikho ukukhanya, kodwa wayengozofakaza ngokukhanya. Baasraak Zulu New Testament Bible Yena wayengesikho ukukhanya, kepha wayengofakazi bokukhanya. Contemporary Zulu Bible 2024 Yena wayengesikho ukukhanya, kepha wayengofakazi bokukhanya. |
Nina ngokwenu niyangifakazela ukuba ngathi: ‘Angisiye uKristu mina, kodwa ngithunyiwe ngaphambi kwakhe.’
UPawulu wayesethi: “UJohane wabhapathiza umbhapathizo wokuphenduka, ethi kubantu mabakholwe nguyena obezakuza emva kwakhe, kungukuthi uJesu.”