“Koze kube nini iziwula zithanda ubuwula, nezideleli zijabula ukudelela, neziwula zizonda ukwazi, na?
Johane 1:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwamukelanga. IsiZulu 2020 Ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwazanga ukukucima. Baasraak Zulu New Testament Bible Ukukhanya kukhanya ebumnyameni; ubumnyama abukwamukelanga. Contemporary Zulu Bible 2024 Ukukhanya kukhanya ebumnyameni; ubumnyama abukwamukelanga. |
“Koze kube nini iziwula zithanda ubuwula, nezideleli zijabula ukudelela, neziwula zizonda ukwazi, na?
Nomuntu kasokheli isibani, asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini; khona siyabakhanyisela bonke abasendlini.
ukuvula amehlo abo ukuba basuke ebumnyameni, baphendukele ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baphendukele kuNkulunkulu, ukuze bamukeliswe ukuthethelelwa kwezono nesabelo phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.’
Nanjengalokho bengakunakanga ukumazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni yokunganaki ukwenza okungafanele,
Umuntu wemvelo kakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye; angekuqonde, ngokuba kubonisiswa ngokomoya.