Wayigoqonga incwadi, wayinika isikhonzi, wahlala; amehlo abo bonke ababesesinagogeni* amgqolozela.
IzEnzo 3:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uPetru wamgqolozela kanye noJohane, wathi: “Sibheke!” IsiZulu 2020 Kepha uPhethro noJohane bayigqolozela, wathi kuyo: “Sibheke!” Baasraak Zulu New Testament Bible UPetro wasemgqolozela kanye loJohane, wathi: Sikhangele. Contemporary Zulu Bible 2024 UPetro wasemgqolozela kanye loJohane, wathi: Sikhangele. |
Wayigoqonga incwadi, wayinika isikhonzi, wahlala; amehlo abo bonke ababesesinagogeni* amgqolozela.
UJesu wathi kuye: “Angishongo yini kuwe ukuthi uma ukholwa, uzakubona inkazimulo kaNkulunkulu, na?”
UJesu embona elele, azi ukuthi usenesikhathi eside enjalo, wathi kuye: “Uyathanda ukusinda na?”
Wayigqolozela enokwesaba, wathi: “Kwenze njani, Nkosi?” Yathi kuye: “Imikhuleko yakho nokwabela kwakho abampofu izipho kwenyukile kwaba yisikhumbuzo emehlweni kaNkulunkulu.
Kwathi ukuba ngiyigqolozele, ngabhekisisa, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.
UPetru noJohane bakhuphukela ethempelini ngehora lokukhuleka, elesishiyagalolunye.
Esabambelele koPetru noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni othiwa okaSolomoni, besaba kakhulu.
Khona uPetru ebona lokho wathatha wathi kubantu: “Madoda akwa-Israyeli, nimangalelani ngalona, nisigqolozelelani ngokungathi simenze ukuba ahambe ngawethu amandla nangokwethu ukukholwa na?
Kwathi ukuba abone oPetru noJohane bezakungena ethempelini, wacela ukwabelwa isipho.