ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.
IzEnzo 2:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yini, pho, ukuba sonke ngabanye sizwe ngolimi lwakithi esazalwa nalo na? IsiZulu 2020 Pho kwenziwa yini ukuba sonke, ngabanye, sibezwe ngolimi esazalwa nalo na? Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi thina sizwa kanjani wonke umuntu ngolimi lwakithi esazalelwa kulo na? Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi thina sizwa kanjani wonke umuntu ngolimi lwakithi esazalelwa kulo na? |
ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.
Bethuka, bamangala bathi: “Bheka, bonke laba abakhulumayo abasibo abaseGalile na?
AmaParte, namaMede, nama-Elamithi, nabakhile eMesopotamiya, naseJudiya, naseKhaphadosiya, nasePontu, nase-Asiya,
UNkulunkulu umisile abathile ebandleni, kuqala abaphostoli, okwesibili abaprofethi, okwesithathu abafundisi, bese kuba yimisebenzi yamandla, bese kuba yiziphiwo zomusa zokuphulukisa, nokusiza, nokubusa, nezilimi ngezilimi.