Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 2:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

kwathi kuzwakele lowo mdumo, uquqaba lwabuthana, lwaphithiza, ngokuba kwaba yilowo nalowo wabezwa bekhuluma ngolimi lwakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Sekuzwakele lokhu kuduma, kwabuthana uquqaba, ludidekile, ngokuba yilowo nalowo wayebezwa bekhuluma ngolimi lwakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kwathi lo mdumo lo, ixuku labuthana, lasanganiseka, ngoba ngulowo lalowo wabezwa bekhuluma ngolimi lwakibo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi lo mdumo lo, ixuku labuthana, lasanganiseka, ngoba ngulowo lalowo wabezwa bekhuluma ngolimi lwakibo.

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 2:6
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka neJerusalema lonke kanye naye.


“Kuyakuba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini; nasemhlabeni usizi luyakwehlela izizwe, zixakeke ngokuduma kolwandle namaza,


Ngokungazelelwe kwavela ezulwini inhlokomo kwangathi eyokuvunguza komoya onamandla; yona yagcwalisa indlu yonke ababehlezi kuyo.


Esabambelele koPetru noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni othiwa okaSolomoni, besaba kakhulu.


ngokuba ngivulelwe umnyango omkhulu wethuba lokusebenza; nabamelene nami baningi.


Kepha mhla ngifika eTrowa ukuba ngishumayele ivangeli likaKristu, ngivulelwe umnyango eNkosini,