Impendulo ethambileyo iyabuyisa ukufutheka, kepha izwi elilukhuni livusa ulaka.
IzEnzo 11:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uPetru wabathathela konke ngokulandelana, wathi: IsiZulu 2020 Kepha uPhethro waqala wabalandisa konke ukusuka nokuhlala, wathi: Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa uPetro wayilandisa indaba kwasekuqaleni, wabachasisela ngomlayo, esithi: Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uPetro wayilandisa indaba kwasekuqaleni, wabachasisela ngomlayo, esithi: |
Impendulo ethambileyo iyabuyisa ukufutheka, kepha izwi elilukhuni livusa ulaka.
kodwa ngaphandle komfanekiso kakhulumanga kubo; kepha sebebodwa wabachasisela abafundi bakhe konke.
kwasengathi kuhle nakimina, lokhu ngizihlolisisile zonke izinto, kusukela ekuqaleni, ngikulobele ngokulandelana, Theyofilu odumileyo,
Kwathi ukuba bafike, balibutha ibandla, balanda ngakho konke uNkulunkulu akwenzile ngabo nokuthi uvulele nabezizwe isango lokukholwa.