Izingane zabo ziyakuchotshozwa emehlweni abo, izindlu zabo ziphangwe, omkabo baphoqwe.
IsiLilo 5:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Balala nabesifazane eSiyoni, izintombi zasemizini yakwaJuda. IsiZulu 2020 Badlwengula abesifazane eZiyoni, nezintombi emizini yakwaJuda. Contemporary Zulu Bible 2024 Badumaza abesifazane baseZiyoni, nezigqilakazi emizini yakwaJuda. |
Izingane zabo ziyakuchotshozwa emehlweni abo, izindlu zabo ziphangwe, omkabo baphoqwe.
Ngiyakubuthela iJerusalema bonke abezizwe ukuba balwe nalo; umuzi uyakuthathwa, izindlu ziphangwe, kuphoqwe abesifazane; inxenye yomuzi iyakumuka, iye ekuthunjweni, kepha abantu abaseleyo abayikunqunywa emzini.
“Uyakuganwa ngumfazi, omunye umuntu alale naye; uyakwakha indlu, ungahlali kuyo; uyakutshala isivini, ungazikhi izithelo zaso.