Khumbula lokhu, Jehova, ukuthi isitha sithukile, nesizwe esinobuwula silihlambalazile igama lakho.
IsiLilo 3:61 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyezwa inhlamba yabo, Jehova, nawo onke amacebo abo ngami, IsiZulu 2020 Uyizwile yonke inhlamba abangethuke ngayo, Simakade, nozungu abangakhele lona. Contemporary Zulu Bible 2024 Uzwile ihlazo labo, Jehova, nawo onke amacebo abo ngami; |
Khumbula lokhu, Jehova, ukuthi isitha sithukile, nesizwe esinobuwula silihlambalazile igama lakho.
Khumbula, Nkosi, ihlazo lezinceku zakho nokuthi ngithwele esifubeni sami ihlazo lezizwe eziningi kakhulu,
Kepha wena Jehova uyawazi onke amasu abo okungibulala; ungathetheleli ububi babo, nezono zabo ungazesuli emehlweni akho, kepha mabakhubekiswe phambi kwakho, ubavukele ngesikhathi sentukuthelo yakho.
“Ngiyizwile inhlamba yakwaMowabi nezithuko zabantwana bakwa-Amoni abathuke ngazo abantu bami, bazikhulisela imikhawulo yabo.