Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsiLilo 3:49 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Iso lami liyamululeka, alinqamuki; akukho ukukhawuka,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Amehlo ami agobhoza izinyembezi, azinqamuki, azinamkhawulo;

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Iso lami liyaconsa, alimi ngaphandle kokuphazanyiswa,

Uka jalj uñjjattʼäta



IsiLilo 3:49
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Osukwini losizi lwami ngiyayifuna iNkosi; ebusuku isandla sami seluliwe, asidangali; umphefumulo wami wala ukududuzwa.


“Kepha uyakusho leli zwi kubo lokuthi: “ ‘Amehlo ami mahlengezele izinyembezi imini nobusuku, zinganqamuki, ngokuba intombi, indodakazi yabantu bami, ilimele ngokulimala okukhulu, ngokushaywa okunzima kakhulu.


“Ngiyakhala ngalokhu; iso lami, iso lami liyamululeka izinyembezi, ngokuba umduduzi wami obeyakubuyisa umphefumulo wami ukude nami. Abantwana bami bachithekile, ngokuba isitha sahlulile.”


Izinhliziyo zabo zikhala eNkosini; wena lugange lwendodakazi yaseSiyoni, izinyembezi mazehle njengemifula imini nobusuku. Mawungazivumeli ukuphumula, inhlamvu yeso lakho ingayeki.