Ngokuba abasithumbileyo bacela ukuba sihlabelele igama, nabahluphi bethu bafuna injabulo, bethi: “Sihlabeleleni elinye lamagama aseSiyoni.”
IsiLilo 3:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sengingohlekwayo kubantu bonke, ngihaywa usuku lonke. IsiZulu 2020 Sengiyinhlekisa kubo bonke abantu bakithi, bahaya ngami izingoma nsuku zonke. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngaba yinhlekisa kubo bonke abantu bakithi; futhi bacula usuku lonke. |
Ngokuba abasithumbileyo bacela ukuba sihlabelele igama, nabahluphi bethu bafuna injabulo, bethi: “Sihlabeleleni elinye lamagama aseSiyoni.”
Wangiyenga, Jehova, ngayengeka; wawunamandla kunami, wangahlula. Ngibe yinhlekiso usuku lonke, bonke bangiklolodela.
U-Israyeli wayengahlekwa nguwe na? Wafunyanwa phakathi kwamasela, njengokuba, lapho ukhuluma ngaye, unikina ikhanda, na?