IsAmbulo 9:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMaye wokuqala udlulile; bheka, kuseza oMaye ababili ngasemva kwalokho. IsiZulu 2020 UMaye wokuqala usudlulile, kodwa kuseza oMaye ababili emva kwalokho. Baasraak Zulu New Testament Bible Umaye oyedwa usudlulile; bheka, kuyeza abanye omaye ababili ngasemuva. Contemporary Zulu Bible 2024 Umaye oyedwa usudlulile; bheka, kuyeza abanye omaye ababili ngasemuva. |
Ngase ngibona, ngezwa ukhozi lundiza emkhathini wezulu, lumemeza ngezwi elikhulu, luthi: “Maye, maye, maye kwabakhileyo emhlabeni ngokunye ukukhala kwecilongo lezingelosi ezintathu ezisezakubetha!”