Izigijimi zashesha zahamba ngezwi lenkosi. Umthetho washaywa eShushani endlini yenkosi; inkosi noHamani bahlala phansi, baphuza, kepha umuzi waseShushani wakhungatheka.
Esteri 9:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE EShushani endlini yenkosi abaJuda babulala, bachitha abantu abangamakhulu ayisihlanu. IsiZulu 2020 Enhlokomuzi iShushani, abaJuda babulala amadoda angama-500. Babulala namadodana alishumi kaHamani, indodana kaHamedatha, isitha sabaJuda: Contemporary Zulu Bible 2024 Esigodlweni uSusan amaJuda abulala futhi abhubhisa amadoda angamakhulu amahlanu. |
Izigijimi zashesha zahamba ngezwi lenkosi. Umthetho washaywa eShushani endlini yenkosi; inkosi noHamani bahlala phansi, baphuza, kepha umuzi waseShushani wakhungatheka.
AbaJuda baceka zonke izitha zabo ngokuceka kwenkemba, nangokubulala, nangokuchitha, benza kwababazondayo njengokuthanda kwabo.
Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; inzalo yakhe ayiyikusutha ngokudla.