Inkosi yathi kubo: “Thathani izinceku zenkosi yenu, nimkhwelise uSolomoni indodana yami kuwo umnyuzi* wami, nimehlisele eGihoni,
Esteri 6:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE makalethelwe isambatho sobukhosi ekade isembethe inkosi, kanye nehhashi inkosi ekade ikhwela kulo nelifakwe enhloko yalo umqhele wobukhosi; IsiZulu 2020 makulethwe ingubo yenkosi ekade iyembethe, nehhashi ebiligibele lifakwe umqhele wobukhosi ekhanda lalo, kumele agqokiswe ingubo egqokwa yinkosi, agitsheliswe ihhashi eligitshelwa yinkosi, lifakwe umqhele wobukhosi ekhanda lalo, Contemporary Zulu Bible 2024 Makulethwe ingubo yobukhosi inkosi eyembathayo, nehhashi eligibele inkosi, nomqhele wobukhosi obekwe ekhanda layo. |
Inkosi yathi kubo: “Thathani izinceku zenkosi yenu, nimkhwelise uSolomoni indodana yami kuwo umnyuzi* wami, nimehlisele eGihoni,
ukuba zimlethe uVashiti inkosikazi phambi kwenkosi, abe nomqhele wobukhosi ukuba abonise abantu nezikhulu ubuhle bakhe, ngokuba wayebukeka kahle.
Inkosi yamthanda u-Esteri phezu kwabo bonke abesifazane, wafumana umusa nesihe emehlweni ayo kunazo zonke izintombi, wamfaka umqhele wobukhosi, wamenza inkosikazi esikhundleni sikaVashiti.
“Kepha uyise wathi ezincekwini zakhe: ‘Sheshani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke, niyembathise, nifake indandatho esandleni sayo nezicathulo ezinyaweni,
UJonathani wakhumula ingubo ayenayo, wayinika uDavide, nezinye izambatho zakhe kwaze kwaba nenkemba yakhe, nomnsalo wakhe, nebhande* lakhe.