Ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, baloba bamangalela abakhileyo kwaJuda naseJerusalema.
Esteri 1:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE yathi: “Siyakwenze njani kuyo inkosikazi uVashiti njengomthetho, ngokuba ayenzanga izwi lenkosi u-Ahashiveroshi ngesandla sezinduna, na?” IsiZulu 2020 Yabuza yathi kubo: “Njengoba ngithumele abathenwa ukuba bayolanda indlovukazi uVashiti, kodwa ayiwugqizanga qakala umyalelo wami, ngabe uthini umthetho maqondana nalolo daba na?” Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokomthetho, kufanele senzeni ngendlovukazi uVashiti, ngoba akazange enze umyalo wenkosi u-Ahashiveroshi esebenzisa izinduna? |
Ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, baloba bamangalela abakhileyo kwaJuda naseJerusalema.
ababe seduze naye kwakungoKarishena, noShethari, no-Adimatha, noTharishishi, noMeresi, noMarisena, noMemukhani, izikhulu eziyisikhombisa zasePheresiya naseMediya ezaziphambi kobuso benkosi, zihlala emqoka embusweni
UMemukhani wathi phambi kwenkosi nezikhulu: “UVashiti, inkosikazi, akonanga enkosini kuphela, kepha nakuzo zonke izikhulu nakubantu bonke abasezifundeni zenkosi u-Ahashiveroshi.
Yayisithi inkosi kuye: “Umuntu inkosi ethanda ukumdumisa wenzelwani na?” UHamani wathi enhliziyweni yakhe: “Ngubani inkosi ebiyakuthanda ukumenzela udumo ngaphandle kwami na?”