Emihleni kaSawule baphaka impi kumaHagiri, awa ngesandla sabo; bahlala ematendeni abo ngasempumalanga yonke yakwaGileyadi.
AmaHubo 83:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE noGebali, no-Amoni, no-Amaleki, neFilistiya nabakhile eTire. IsiZulu 2020 noGebhali, u-Amoni, u-Amaleki, iFilistiya nabakhile eThire. Contemporary Zulu Bible 2024 noGebali, no-Amoni, no-Amaleki; amaFilisti kanye nabakhileyo eTire; |
Emihleni kaSawule baphaka impi kumaHagiri, awa ngesandla sabo; bahlala ematendeni abo ngasempumalanga yonke yakwaGileyadi.
uthi kulo iTire: Wena ohlala ekungeneni kolwandle, ongumthengi wabantu eziqhingini eziningi, iNkosi uJehova isho kanje, ithi: “ ‘Tire, wena ushilo ukuthi: “Ngiphelele ebuhleni.”
Amalunga aseGebali nezihlakaniphi zalo babe ngabavimbi zimfa bakho kuwe. Yonke imikhumbi yaselwandle namatilosi* ayo babe kuwe ukuba bathengise ngempahla yakho.
Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zaseTire, yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka, ngokuba bakhaphela abantu ngokuthumba okupheleleyo ku-Edomi, bangakhumbuli isivumelwano sabazalwane.
nezwe lamaGebali nalo lonke iLebanoni ngasempumalanga, kusukela eBali Gadi ngaphansi kwentaba yaseHermoni kuze kufike ekuyeni eHamati,
Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: ‘Ngiyakuhambela umAmaleki ngalokho akwenzayo ku-Israyeli wamelana naye endleleni ekukhuphukeni kwakhe eGibithe.
Izwi likaSamuweli lafika kuye wonke u-Israyeli. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa ngase-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki.