UNkulunkulu umi emhlanganweni wawonkulunkulu; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu.
AmaHubo 82:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mina ngathi: “Ningonkulunkulu nina,” nonke ningamadodana oPhezukonke. IsiZulu 2020 Mina ngathi: “Ningonkulunkulu nina, nonke ningamadodana oPhezukonke. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngathi: Ningonkulunkulu; futhi nonke ningamadodana oPhezukonke. |
UNkulunkulu umi emhlanganweni wawonkulunkulu; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu.
Ngezindaba zonke zamacala, eyenkabi, neyembongolo, neyemvu, neyengubo, neyento elahlekileyo, umuntu asho ngayo ukuthi ngeyakhe, indaba yabo bobabili iyakuza phambi kukaNkulunkulu; olahlwa nguNkulunkulu uyakumkhokhela umakhelwane wakhe kuphindwe kabili.