Landani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.
AmaHubo 26:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE ukuba ngizwakalise izwi lokudumisa, ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho. IsiZulu 2020 ngimemezele ihubo lokubonga, ngilandise ngazo zonke izimangaliso zakho. Contemporary Zulu Bible 2024 ukuze ngimemezele ngezwi lokubonga, ngishumayele zonke izimangaliso zakho. |
Landani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.
UJehova unguNkulunkulu, usikhanyisele; hlobisani umkhosi ngamahlamvu kuze kube sezimpondweni ze-altare.
Makabongwe uJehova uNkulunkulu, uNkulunkulu ka-Israyeli, onguye yedwa owenza izimangaliso.
Ngiyakumbonga uJehova ngayo yonke inhliziyo yami; ngiyakulanda zonke izimangaliso zakho.
ukuze ngilande ngalo lonke udumo lwakho, ngethabe ngokusindisa kwakho emasangweni endodakazi yaseSiyoni.
Eseyilumulile wenyuka nayo enezinkunzi ezintathu, ne-efa* lempuphu, nemvaba yewayini, wakuyisa endlini kaJehova eShilo; umntwana wayesemncane.