konke, nkosi, u-Arawuna uyakunika inkosi.” U-Arawuna wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho makakwamukele.”
AmaHubo 20:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Makakunike njengokwenhliziyo yakho, afeze icebo lakho lonke. IsiZulu 2020 Makakuphe okufiswa yinhliziyo yakho, afeze zonke izinhloso zakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Faka enhliziyweni yakho wenze wonke amasu akho. |
konke, nkosi, u-Arawuna uyakunika inkosi.” U-Arawuna wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho makakwamukele.”
Inkosi uSolomoni yanika inkosikazi yaseSheba konke ekufunayo nekucelayo ngaphandle kwalokho ebikulethele inkosi. Yayisibuya, yaya ezweni layo, yona nezinceku zayo.
Bengazi mina ukuthi ungizwa njalo, kodwa ngenxa yesixuku esingiphahlileyo ngishilo lokho, ukuze bakholwe ukuthi nguwena ongithumileyo.”
Ngalolo suku aniyikubuza lutho kimi. Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Lokhu eniyakukucela kuBaba egameni lami uyakuninika khona.
Kepha umkakhe wathi kuye: “Uma uNkulunkulu ebethanda ukusibulala, nga engamukelanga esandleni sethu umnikelo wokushiswa nomnikelo wempuphu, futhi nga engasibonisanga konke lokho, nga engasitshelanga izinto njengalezi.”
Ngalokho mayizwe inkosi yami, inkosi, amazwi enceku yayo. Uma nguJehova okuncokoloza ngami, makamukele umnikelo, kepha uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaJehova, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingazihlanganisi nefa likaJehova, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’