UNkulunkulu uyesabeka kakhulu emhlanganweni wabangcwele; umelwe ukuhlonishwa yibo bonke abangakuye.
AmaHubo 2:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mkhonzeni uJehova ngokwesaba, nethabe ngokuthuthumela. IsiZulu 2020 Khonzani uSimakade ngokwesaba, nithokoze ngokuthuthumela. Contemporary Zulu Bible 2024 Mkhonzeni uJehova ngokwesaba, nethabe ngokuthuthumela. |
UNkulunkulu uyesabeka kakhulu emhlanganweni wabangcwele; umelwe ukuhlonishwa yibo bonke abangakuye.
UJehova uyinkosi; mabathuthumele abantu; uhlezi phezu kwamakherubi;* mawuzamazame umhlaba.
Ngakho-ke, bathandiweyo bami, njengalokho nilalele ngezikhathi zonke, kungesikho nxa ngikhona kuphela, kodwa ikakhulu manje nxa ngingekho, fezani ukusindiswa kwenu ngokwesaba nangokuthuthumela,
Bhekani, ningamali okhulumayo; ngokuba uma bengaphunyukanga labo ababemala lowo owabaxwayisa emhlabeni, kakhulu asiyikuphunyuka thina esimfulathelayo oxwayisa esezulwini,