Bheka, lokhu kungamaphethelo nje ezindlela zakhe, izwi lokunyenyeza nje elizwakalayo ngaye; indumo yamandla akhe, ngubani obeyakuyiqonda na?”
AmaHubo 139:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ukwazi okunjalo kuyangimangalisa; kuphakeme, anginakufinyelela kukho. IsiZulu 2020 Ukwazi okunjalo kuyangimangalisa, kuphakeme, anginakufinyelela kukho. Contemporary Zulu Bible 2024 Ulwazi olunjalo luyangimangalisa; iphakeme, angikwazi ukuyifinyelela. |
Bheka, lokhu kungamaphethelo nje ezindlela zakhe, izwi lokunyenyeza nje elizwakalayo ngaye; indumo yamandla akhe, ngubani obeyakuyiqonda na?”
Ngubani ositheza iziluleko engenakwazi na? Ngikhulumile lokho ngingakuqondanga, izimangaliso ezinkulu kunami ebengingazazi.
Koze kube nini, Jehova, ungikhohlwa njalonjalo na? Koze kube nini usitheza ubuso bakho kimi na?
Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe; uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.
“Kukhona izinto ezintathu ezingahlula ngokumangalisa, yebo, ezine engingazaziyo:
Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izahlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!