Njengemicibisholo esandleni seqhawe banjalo abantwana bobusha.
Njengemicibisholo esandleni seqhawe, banjalo abantwana bobusha.
Njengemicibisholo esandleni seqhawe; kanjalo nezingane zobusha.
Imicibisholo ebukhali yeqhawe namalahle omlilo.
Abantwana babantwana bangumqhele wabadala, nodumo lwabantwana lungoyise.
Abantwana bakhe bayasukuma, bambusise; nendoda yakhe iyamdumisa ngokuthi:
Ngokuba bheka, ngiyakuvusa, ngenyusele eBabele ibandla lezizwe ezinkulu, livela ezweni lasenyakatho, lizihlelele lona, linqotshwe lapho; imicibisholo yalo iyakuba njengeyeqhawe eliphumelelayo, elingabuyi ze.