AbaseBeyeroti babalekela eGitayimi, bagogobala khona kuze kube namuhla.
Abantu baseBherothi babalekela eGithayimi, bagogobala khona kuze kube namuhla.
(AbaseBeyeroti babalekela eGitayimi, baba ngabafokazi khona kuze kube namuhla.)
UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ngezinyawo. Yayineminyaka eyisihlanu ekufikeni kombiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli; umzanyana wayo wayithatha, wabaleka; kwathi eseshesha ukubaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo lalinguMefibosheti.
naseHasori, naseRama, naseGitayimi,
Lapho abantu bakwa-Israyeli ababe ngaphesheya kwesigodi nalabo ababe ngaphesheya kweJordani bebona ukuthi abantu bakwa-Israyeli babaleka nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi, babaleka; amaFilisti afika, ahlala kuyo.