Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 17:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ngibuyisele kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; bonke abantu bayakuba nokuthula.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngiyakubabuyisa kuwe bonke abantu. Uma ubulala oyedwa nje lo omfunayo, bonke abantu bayakuba nokuthula.”

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngiyakubabuyisela kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; ngakho bonke abantu bazakuba nokuthula.

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 17:3
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu nawo onke amalunga akwa-Israyeli.


U-Abineri wayesethi kuDavide: “Ngiyakusuka ngihambe ngiqoqele wonke u-Israyeli enkosini yami, inkosi, ukuba benze isivumelwano nawe nokuba ubuse phezu kwakho konke ekufisayo inhliziyo yakho.” UDavide wammukisa u-Abineri, wahamba ngokuthula.


“Akukho ukuthula kwababi,” usho uJehova.


“Akukho ukuthula kwababi,” usho uNkulunkulu wami.


Bapholisa kalula ukulimala kwabantu bami, bathi: ‘Ngukuthula, ngukuthula,’ kepha akukho ukuthula.


Nxa bethi: “Ngukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyabazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo, abasoze baphunyuka.