Kwathi uDavide esefikile eMahanayimi, uShobi indodana kaNahashi waseRaba labantwana bakwa-Amoni, noMakiri indodana ka-Amiyeli waseLo Debari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi
2 Samuweli 10:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi emva kwalokho inkosi yabantwana bakwa-Amoni yafa, uHanuni indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sayo. IsiZulu 2020 Kwathi emveni kwalokho inkosi yabakwa-Amoni yafa, uHanuni, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwalokho wafa ukumkani woonyana baka-Amoni, uHanuni unyana wakhe waba ngukumkani esikhundleni sakhe. |
Kwathi uDavide esefikile eMahanayimi, uShobi indodana kaNahashi waseRaba labantwana bakwa-Amoni, noMakiri indodana ka-Amiyeli waseLo Debari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi
bathi kuye: “Uyazi yini ukuthi uBahalisi inkosi yabantwana bakwa-Amoni uthume u-Ishmayeli indodana kaNethaniya ukuba akubulale na?” Kepha uGedaliya indodana ka-Ahikamu akabakholwanga.