Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 5:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abantu abangafanga bashaywa ngamathumba; ukukhala komuzi kwenyukela ezulwini.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Abantu abangafanga bashaywa ngamathumba; ukukhala komuzi kwenyukela ezulwini.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Abantu abangafanga bashaywa ngesijeziso, nokukhala komuzi kwenyukela ezulwini.

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 5:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuyakuthi obalekela inkemba kaHazayeli abulawe nguJehu; obalekela inkemba kaJehu uyakubulawa ngu-Elisha.


UFaro wavuka ebusuku, yena nezinceku zakhe zonke, nabo bonke abaseGibithe; kwaba khona ukukhala okukhulu eGibithe, ngokuba kwakungekhondlu, lapho kungafanga muntu khona.


“UJuda uyalila, amasango akhe adangele, ahlezi emhlabathini edabukile, nokukhala kweJerusalema kwenyukile.


Hhewulani nina belusi, nikhale, nihuquzele emlotheni nina zikhulu zomhlambi, ngokuba seziphelele izinsuku zenu zokuba nihlatshwe, nginihlakaze, niwe njengesitsha esihle.


Izwi lokukhala livela eHoranayimi, ukuchithwa nokuqothulwa okukhulu.


Kunjengalokhu umuntu ebalekela ingonyama, kuhlangane naye ibhere,* noma engena endlini encike ngesandla odongeni, alunywe yinyoka.


Umphongolo kaJehova wawusezweni lamaFilisti izinyanga eziyisikhombisa.


“Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini; uyakumgcoba abe ngumholi wabantu bami u-Israyeli, asindise abantu bami esandleni samaFilisti, ngokuba ngibonile abantu bami, lokhu ukukhala kwabo kufikile kimi.”