USawule wamthatha ngalolo suku, akabe esamvumela ukubuyela endlini kayise.
USawule wamthatha ngalolo suku uDavide, akabe esamvumela ukuba abuyele endlini kayise.
USawule wamthatha ngalolo suku, akamvumelanga ukuba aye endlini kayise.
UDavide wahamba wabuya ukuyakwalusa izimvu zikayise eBetlehema.
UJonathani wambiza uDavide; uJonathani wamtshela konke lokho. UJonathani wamyisa uDavide kuSawule, waba khona ebusweni bakhe njengakuqala.