Kepha u-Amnoni wayenomngane ogama lakhe linguJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide; uJonadaba wayengumuntu onobuqili kakhulu.
1 Samuweli 16:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJese wayesedlulisa uShama. Wathi: “Nalona uJehova akamkhethanga.” IsiZulu 2020 UJese wayesedlulisa uShama. Wathi: “Nalo uSimakade akamkhethanga.” Contemporary Zulu Bible 2024 Khona-ke uJese wamdedela uSama. Wathi: “Nalokhu uJehova akakukhethanga.” |
Kepha u-Amnoni wayenomngane ogama lakhe linguJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide; uJonadaba wayengumuntu onobuqili kakhulu.
noBeni Abinadaba kulo lonke iNafati Dori; uThafati indodakazi kaSolomoni wayengumkakhe;
UJese wazala izibulo lakhe u-Eliyabi, no-Abinadaba owesibili, noShimeya owesithathu,
UJese wadlulisa ayisikhombisa kumadodana akhe phambi kukaSamuweli. USamuweli wathi kuJese: “UJehova akawakhethanga nalawa.”
Amadodana amathathu amakhulu kaJese ayemlandele uSawule ukuya empini; amagama amadodana akhe amathathu ayeyile empini ayengu-Eliyabe izibulo, emelamayo ngu-Abinadaba, neyesithathu nguShama.