Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 13:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wahlala izinsuku eziyisikhombisa njengesikhathi esimisiwe nguSamuweli, kepha uSamuweli akafikanga eGiligali; abantu bahlakazeka kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

USawule wahlala izinsuku eziyisikhombisa, okuyisikhathi uSamuweli ayemnqumele sona, kodwa uSamuweli akafikanga eGiligali. Abantu base beqala ukuhlakazeka bemshiya uSawule.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Wahlala izinsuku eziyisikhombisa njengesikhathi esinqunyiweyo uSamuweli; kepha uSamuweli akafikanga eGiligali; abantu basebehlakazeka besuka kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 13:8
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesehamba u-Amasa ukubutha uJuda, kepha walibala phezu kwesikhathi asinqunyelweyo.


“Uyakwehla phambi kwami ukuya eGiligali; bheka, ngiyakwehlela kuwe ukuba nginikele ngeminikelo yokushiswa, ngihlabe imihlatshelo yokuthula; uyakuhlala izinsuku eziyisikhombisa, ngize ngifike kuwe, ngikutshele oyakukwenza.”