URuthe 4:7 - IsiZulu 2020 Kwa-Israyeli uma kuthengiselwana ngokusemthethweni bekuthi othengayo akhumule imbadada yakhe ayinike lona athenga kuye, lokho kube ngubufakazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lokhu kwakunje ngokuhlenga nokwenana endulo kwa-Israyeli ukuba kuqiniswe izindaba zonke: umuntu wakhumula isicathulo sakhe, wasinika umakhelwane wakhe; lokho kwakungubufakazi kwa-Israyeli. Contemporary Zulu Bible 2024 Lena bekuyindlela kwa-Israyeli mayelana nensindiso nenguquko, ukuqinisa konke; umuntu wakhumula isicathulo sakhe, wasinika umakhelwane wakhe; kwaba ngubufakazi kwa-Israyeli. |