U-Esteri akatshelanga muntu ngezihlobo zakhe noma ngabakubo, ngoba wayemdonse ngendlebe uMoridekhayi ukuba angasho lutho.
URuthe 3:6 - IsiZulu 2020 Wayesehla waya esibuyeni, wafike wenza njengalokhu uninazala emyalile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wehlela esibuyeni, wenza njengakho konke amyale ngakho uninazala. Contemporary Zulu Bible 2024 Wehlela phansi, wenza njengalokho uninazala emyalile. |
U-Esteri akatshelanga muntu ngezihlobo zakhe noma ngabakubo, ngoba wayemdonse ngendlebe uMoridekhayi ukuba angasho lutho.
Hlonipha uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni, uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona.
UBhowazi wadla, waphuza, wenama, wayesehla eyolala ngasekugcineni kwenqwaba yebhali. URuthi wanyonyoba wembula ingubo ezinyaweni zikaBhowazi, walala lapho.