Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




URuthe 3:11 - IsiZulu 2020

Manje ndodakazi yami, ungesabi, konke okucelayo ngizokwenzela khona. Ngokuba bonke abantu bakithi bayazi ukuthi ungowesifazane onesimilo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Manje, ndodakazi yami, ungesabi; ngiyakukwenzela konke okushoyo, ngokuba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane olungileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Manje, ndodakazi yami, ungesabi; Ngizokwenza kuwe noma yini oyicelayo, ngoba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane oqotho.

Uka jalj uñjjattʼäta



URuthe 3:11
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalobo busuku, uSimakade wabonakala kuye wathi: “NginguNkulunkulu ka-Abhrahama uyihlo. Ungesabi, ngokuba nginawe, ngizakukubusisa, ngenze isizukulwane sakho sibe siningi kakhulu ngenxa ka-Abhrahama inceku yami.”


Owesifazane okhutheleyo ungumqhele kumyeni wakhe, kepha ohlazisayo ufana nokubola emathanjeni omyeni wakhe.


Ngubani ongathola umfazi woqobo na? Uyigugu eledlula inani lamarubhi.


Impela kuliqiniso ukuthi ngiyisihlobo sakho, kodwa kukhona omunye umhlengi oseduze kakhulu kunami.