UMose wayesewabiza wonke amalunga akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Hambani, nithathele imindeni yenu amawundlu, niwahlabele iphasika.
UNumeri 9:4 - IsiZulu 2020 UMose wabatshela abantu bakwa-Israyeli ukuthi bayolenza iphasika. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ukuthi bolenza iphasika. Contemporary Zulu Bible 2024 UMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ukuba baligcine iphasika. |
UMose wayesewabiza wonke amalunga akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Hambani, nithathele imindeni yenu amawundlu, niwahlabele iphasika.
Ngosuku lwe-14 lwaleyo nyanga kusihlwa, niyakuligcina ngesikhathi esimisiweyo, njengokwazo zonke izimiso zalo nemithetho yonke yokugcinwa kwalo.”
Bayolenza iphasika ehlane iSinayi ngenyanga yokuqala, ngosuku lwe-14, kusihlwa, njengakho konke uSimakade ayemyale ngakho uMose, abantu bakwa-Israyeli benza kanjalo-ke.