Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 8:3 - IsiZulu 2020

U-Aroni wenza kanjalo, wabeka izibani zalo ukuze zikhanyise phambi kothi lwezibani njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

U-Aroni wenze njalo; wabeka izibani zalo ukuba zikhanyise ngaphambi kothi lwezibani, njengalokho uJehova emyalile uMose.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

U-Aroni wenze njalo; wakhanyisa izibani zakhe malungana nothi lwezibani, njengalokho uJehova emyalile uMose.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 8:3
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

uthi lwezibani olwenziwe ngegolide elicwengekileyo nezibani zalo zihleliwe, nakho konke okuhambisana nalo, amafutha okukhanyisa,


Wayesebeka izibani phambi kukaSimakade, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


“Yisho ku-Aroni uthi kuye: ‘Lapho ubeka izibani, izibani eziyisikhombisa ziyakukhanyisa phambi kothi lwezibani.’ ”


Uthi lwezibani lwalwakhiwe ngegolide elicangcathiweyo, kusukela esinqeni salo kuya ezimbalini zalo. Lalifana nse nomfanekiso uSimakade awubonisa uMose; walwenza kanjalo uthi lwezibani.


Umuntu akasokheli isibani asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze sibakhanyisele bonke abasendlini.