Uyobeka isandla sakhe enhloko yomnikelo wokushiswa, uyokwamukelwa ngenxa yakhe, njengomnikelo wokubuyisana.
UNumeri 8:10 - IsiZulu 2020 Uyosondeza abaLevi phambi kukaSimakade, abantu bakwa-Israyeli babeke izandla zabo phezu kwamakhanda abo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ulethe amaLevi phambi kukaJehova; abantwana bakwa-Israyeli babeke izandla zabo phezu kwamaLevi, Contemporary Zulu Bible 2024 Kumelwe ulethe amaLevi phambi kukaJehova, futhi abantwana bakwa-Israyeli kumelwe babeke izandla zabo phezu kwamaLevi. |
Uyobeka isandla sakhe enhloko yomnikelo wokushiswa, uyokwamukelwa ngenxa yakhe, njengomnikelo wokubuyisana.
Amalunga enhlangano ayakubeka izandla zawo enhloko yeduna phambi kukaSimakade, bese lihlatshwa phambi kukaSimakade.
“Thatha abaLevi esikhundleni samazibulo wonke abantu bakwa-Israyeli, nemfuyo yabaLevi esikhundleni samazibulo emfuyo yabo, ngokuba abaLevi bangabami; nginguSimakade.
Ungasidebeseli isiphiwo sakho, owasiphiwa ngezwi elaphrofethwa, nangokubeka izandla ngamalunga.
Ungaxhamazeli ubeke izandla kunoma ngubani, futhi ungahlanganyeli ezonweni zabanye, kodwa uhlale umsulwa.