UNumeri 7:77 - IsiZulu 2020 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo kaPagiyeli indodana ka-Okirani. Contemporary Zulu Bible 2024 Okomhlatshelo wokubonga nakhu: izinkomo ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu ubudala; lokho kwakungumnikelo kaPagiyeli indodana ka-Okirani. |
Abakanisa eceleni kwakhe kwakuyisizwana sakwa-Asheri; umholi wabozalo lwabakwa-Asheri kunguPhagiyeli indodana ka-Okhirani.
Ngosuku lwe-12 kwakungu-Ahira, indodana ka-Enani, umholi wabozalo lukaNafethali.