nempongo ukuze kube ngumnikelo wesono.
nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono.
izinyane lembuzi elilodwa libe ngumnikelo wesono;
neduna, nenqama, nemvu yeduna enonyaka, kungumnikelo wokushiswa,
Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani.