UNumeri 7:60 - IsiZulu 2020 Ngosuku lwesishiyagalolunye kwakungu-Abhidani, indodana kaGideyoni, umholi wabozalo lukaBhenjamini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngosuku lwesishiyagalolunye ngu-Abidani indodana kaGideyoni, isikhulu sabantwana bakwaBenjamini. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngosuku lwesishiyagalolunye u-Abidani indodana kaGideyoni, isikhulu sabantwana bakwaBenjamini, wanikela. |
Isizwana sakwaBhenjamini; umholi wabozalo lwabakwaBhenjamini kungu-Abhidani indodana kaGideyoni.
Wanikela ngesitsha sesiliva isisindo saso singamashekeli ayi-130, nesitsha sesiliva esingumcengezi esingamashekeli angama-70 ngokweshekeli lendawo engcwele. Kokubili kwakugcwele impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, kungumnikelo wokusanhlamvu,