Ngenxa yemihlatshelo yakho, angiyukukujezisa, ngokuba iminikelo yakho yokushiswa iphambi kwami njalo.
UNumeri 7:45 - IsiZulu 2020 iduna, inqama, nemvu yeduna enonyaka kungumnikelo wokushiswa, IBHAYIBHELI ELINGCWELE neduna libe linye, nenqama ibe nye, nemvu yeduna enomnyaka munye, kube ngumnikelo wokushiswa, Contemporary Zulu Bible 2024 ijongosi elilodwa ithole lenkomo, inqama eyodwa, iwundlu elilodwa elilomnyaka owodwa kube ngumnikelo wokutshiswa; |
Ngenxa yemihlatshelo yakho, angiyukukujezisa, ngokuba iminikelo yakho yokushiswa iphambi kwami njalo.
Ngizonikela kuwe ngeminikelo yokushiswa yezikhuluphalisiweyo, nomusi womhlatshelo wezinqama; ngenze umnikelo ngezinkunzi nezimbuzi.
“Iyini kimi imihlatshelo yenu eniyenza kaninginingi na?” kusho uSimakade. “Senganele yiminikelo yenu yokushiswa yezinqama, namanoni ezilwane ezikhuluphalisiwe; angithokozi ngegazi lezinkunzi nelamawundlu nelezimbuzi.
Kodwa yazithwala izifo zethu, yabetshatha ubuhlungu bethu, kepha thina sathi ijezisiwe, ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe.
Ongasazanga isono wamenza isono ngenxa yethu, ukuze kuYena senziwe sibe ngukulunga kukaNkulunkulu.