nempongo ukuze kube ngumnikelo wesono.
nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono.
impongo eyodwa ibe ngumnikelo wesono;
neduna, nenqama, nemvu yeduna enonyaka kungumnikelo wokushiswa,
Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi.