USolomoni wanikela ngomhlatshelo weminikelo yokuthula, awunikela kuSimakade, izinkunzi eziyizi-22 000, nezimvu eziyizi-120 000. Inkosi nabo bonke abakwa-Israyeli bayibusisa indlu kaSimakade.
UNumeri 7:23 - IsiZulu 2020 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguNethaneli, indodana kaZuwari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo kaNethaneli indodana kaSuwari. Contemporary Zulu Bible 2024 Okomnikelo wokubonga nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu; lokho kwakungumnikelo kaNethaneli indodana kaSuwari. |
USolomoni wanikela ngomhlatshelo weminikelo yokuthula, awunikela kuSimakade, izinkunzi eziyizi-22 000, nezimvu eziyizi-120 000. Inkosi nabo bonke abakwa-Israyeli bayibusisa indlu kaSimakade.
Abakanisa eceleni kwakhe kuyakuba yisizwana sakwa-Isakhare. Umholi wabozalo lwabakwa-Isakhare kuyakuba nguNethaneli indodana kaZuwari;
Ngosuku lwesithathu kwanikela u-Eliyabe, indodana kaHeloni, umholi wabozalo lukaZebuloni.
UPawula, umphostoli kaKhristu uJesu ngokwentando kaNkulunkulu, noThimothewu umzalwane,